Google NgesiZulu
   
Ekhaya
Amapheji engiwatholile
Xhumana
» Google ngesiZulu
Ngingubani?

25/8/03
Kuthange, nkathi ngivula uGoogle ukusesha kwavuleka ikhasi labo elisha lesiZulu.

AbakwaGoogle basebenzise indlela ehlakaniphile ukuhhumusha imshini wabo wokusesha. Bacele abantu ukubahhumushela lamagama abawasebenzisayo, njengo-"Google found 3 sites" Manje ikhasi likaGoogle seliyahlola ikhomputa yakho ukubona ukuthi usebenzisa luphi ulimi. Uma ithola ukuthi ufuna isiZulu kuvuleka ikhasi lesiZulu. Ukusetha ikhomputha yakho landela "Khetha ulimi kwikhomputha yakho."

Uma usebenzisa ikhomputha yomunye ungasebenzisa uGoogle ngesiZulu ngokuya kuwww.google.com/intl/zu/ noma usebenzise ama-language tools kuGoogle.


Khetha ulimi kwikhomputha yakho
Usizo
Amapheji ami
Google
Ananzi
Amapheji ami
Fredlund Photos
Biology

©2003 Benjamin Fredlund 25/08/03